Ngiyi 'fusion African'. Ngingumuntu onentshisakalo yolwazi olusha futhi othanda ubuhlakani. Ngakhula kahle kakhulu njengomntwana, emumva kwalokho ngaqala ngafunda futhi ngahambela izindawo ngezindawo ngesikhathi ngisasebenza kwezokuvikela kwase manzini. Emumva kokuba ngiye emkhakheni wangasese, ngabe sengithuthuka ngaba isikhulu, usomaqhuzu, umchushisi, usomfundo kanye nomelaphi. Nginenhlanhla yokuthi sengike ngaphila, ngasebenza futhi ngafunda emikhakheni eyehlukene, emazweni ahlukene futhi. Ngikhuthazwa umbono othi Simunye, iphupho, insthisakalo, ukusebenza ngobulungiswa kanye nokwenza izinto ngesigqi. Iwebusayithi yami inikeza ulwazi jikelele mayelana nezenzo zami kanye nezinto engizikhonzile. Ngisacela uxhumane nami uma unogqozi lokuthi sibambisane ekwakheni undabuzekwayo wekusasa.
Luthando Prinsloo
LEADER - FACILITATOR - INNOVATOR
CONTACT US
BIONOTE
Ita
Afr
Ned
Eng
Fra
Deu
Por
Esp
Pol
HOME LPA LEADINGSHIP ACADEMIES LEADINGSHIP FACILITATING CONSULTING EXECUTIVE PROJECTS